IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
161 Episodes
1 – 20

UKUHLELA AMAFA [ DR MANONO ]

UDr Manono ufundisa ngokubaluleka kokuhlela amafa akho usaphila ukuze ugweme ingxabano uma usungasekho emhlabeni.
17 Sep 9 min

MTN8 [ BRENT CARELSE] SOCCER LEGEND

UBrent Carelse ongumdlali osumkantshubomvu ukhuthaza umphakathi ngokuba yinxenye yebhola ngokugcwalisa izinkundla zemidlalo. Umsebenzi abawenzayo ukuhambela umphakathi, izikole ukuthuthukisa amakhono baphinde basize abantwana ngezinto zebhola
10 Sep 5 min

MARRIAGE - UMSHADO

UMrs Myeza ufundisa ngokubaluleka komshado, ukuziphatha emshadweni kanye nezimiso emshadweni
4 Sep 14 min

OPEN DOORS - PASTOR ERIC NINELA

Umfundisi Ninela osebenza ngaphansi kophiko i Open Doors uxoxa ngomsebenzi owenziwa ilenhlangano ukusiza amakholwa ashushiswayo kwamanye amazwe lapho inkolo ingavumelekile.
27 Aug 13 min

AGRI AFRICA DEVELO;PMENT [ BONISWA ZONDI ]

Sino Boniswa Zondi usichazela ngomsebenzi abawenzayo ukuthuthukisa ezolimo emphakathini ukuze abantu bakwazi ukuziphilisa ngokulima baphinde badayise. Isiqubulo sithi from garden to the kitchen
13 Aug 9 min

GRACE AID - MS ROSE KHANYILE

Sixoxa no Rose Khanyile ovela e Grace Family Church ngomsebenzi abawenzayo ukunakekela umphakathi. Nezifundo abazifundisayo ukuthuthukisa umphakathi
23 Jul 11 min

UKUHLELA AMAFA [WILL]

u Dr Manono uchaza ngokubaluleka kwencwadi yefa [will] emndenini ukuze kungabi nomsindo uma umninifa engasekho emhlabeni
28 May 13 min

AUTISM BOOK LAUNCH

u Mrs Manono onguthisha wezingane eziphila nokukhubazeka uxoxa ngencwadi ayibhalile ezosiza umzali nomntwana one Autism.
14 May 16 min
1 – 20