IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
164 Episodes
1 – 20

SAPS CAREERS

UConstable [f]Bongiwe Ngcobo uxoxa ngokuqashwa emnyangweni wamaphoyisa
21 Jan 14 min

LAPHUMA ILANGA

uGlory Champion umbhali wencwadi mayelana nokufika kwenkolo yamaKrestu KwaZulu Natal
14 Jan 14 min

BACK TO SCHOOL

U Educator Mrs Nokulunga Gumede ukhuluma ngendaba yokubuyela esikoleni kubantwana
7 Jan 6 min

UKUHLELA AMAFA [ DR MANONO ]

UDr Manono ufundisa ngokubaluleka kokuhlela amafa akho usaphila ukuze ugweme ingxabano uma usungasekho emhlabeni.
17 Sep 2025 9 min

UBUNZIMA [ MRS AMANDLA XABA ]

UMam Amanda Xaba ukhuthaza omama - uthi bukhona ubunzima endleleni yokukholwa kodwa asimethembe uNkulunkulu
10 Sep 2025 15 min

MTN8 [ BRENT CARELSE] SOCCER LEGEND

UBrent Carelse ongumdlali osumkantshubomvu ukhuthaza umphakathi ngokuba yinxenye yebhola ngokugcwalisa izinkundla zemidlalo. Umsebenzi abawenzayo ukuhambela umphakathi, izikole ukuthuthukisa amakhono baphinde basize abantwana ngezinto zebhola
10 Sep 2025 5 min

MARRIAGE - UMSHADO

UMrs Myeza ufundisa ngokubaluleka komshado, ukuziphatha emshadweni kanye nezimiso emshadweni
4 Sep 2025 14 min

OPEN DOORS - PASTOR ERIC NINELA

Umfundisi Ninela osebenza ngaphansi kophiko i Open Doors uxoxa ngomsebenzi owenziwa ilenhlangano ukusiza amakholwa ashushiswayo kwamanye amazwe lapho inkolo ingavumelekile.
27 Aug 2025 13 min

AGRI AFRICA DEVELO;PMENT [ BONISWA ZONDI ]

Sino Boniswa Zondi usichazela ngomsebenzi abawenzayo ukuthuthukisa ezolimo emphakathini ukuze abantu bakwazi ukuziphilisa ngokulima baphinde badayise. Isiqubulo sithi from garden to the kitchen
13 Aug 2025 9 min

GRACE AID - MS ROSE KHANYILE

Sixoxa no Rose Khanyile ovela e Grace Family Church ngomsebenzi abawenzayo ukunakekela umphakathi. Nezifundo abazifundisayo ukuthuthukisa umphakathi
23 Jul 2025 11 min
1 – 20