IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
161 Episodes
40 – 60

BREAST CANCER - UMDLAVUZA WEBELE

USister Futhi Hadebe uqwashisa ngomdlavuza webele. Ukubaluleka kokuxilongwa ibele ubheke ukuthi asikho igaxa esikhona ebeleni[screening[. Izimpawu nezinkomba zomdlavuza[ signs and symptoms]
3 Oct 2024 12 min

SCIENCE DAY

UMnumzane Themba Ngcobo [ Physical Science Education Specialist] usifundisa ngokubaluleka kokufunda iScience. Ukhuthaza ukuba abafundi bagxile kuyi Science ukuze babesethubeni lokuqasheka
2 Oct 2024 17 min

MARRIAGE - UMSHADO

UMfundisi Ndlazi [ Berea Church ] ufundisa ngomshado. Yini elindelekile emshadweni. Ukuziphatha emshadweni.
4 Sep 2024 13 min

USARAH NO HAGAI

Sithola isifundo ngo Sarah no Hagai, sithulelwa uMrs Mngadi {Tshelimnyama]
22 Aug 2024 10 min

WOMENS MONTH TALK

UMrs Ngubane ukhuthaza, ukhulisa omama kuyinyanga yabantu besifazane
15 Aug 2024 10 min

CHILD SAFETY - UKUPHEPHA KOMNTWANA

Sixoxa no Ms Nqobile Zungu ovela e Phoenix Child Welfare [PCW] ngokubaluleka kokuphepha komntwana nokuthi sibavikela kanjani ebugebengwini obuhlasele.
24 Jul 2024 6 min

MENTAL HEALTH - SADAG [ IMPILOMQONDO]

u Ms Olwethu Khwaza opuma kwa South African Depression and Anxiety Group [SADAG] ufundisa nobungozi bengcindezi nokuthi kulimaza kanjani umqondo.
18 Jul 2024 12 min

ISIKHATHI

UMrs Mngadi ufundisa ngesikhathi umuntu abhekana naso empilweni.
4 Jul 2024 13 min
40 – 60