
#2 Ngena Egiyeni podcast series - Episode 4
Loading player...
Sawubona, futhi wamukelekile kwi “Ngena egiyeni”, uchungechunge lwe-SimplyBiz phodikhasti, lapho singena khona ngokujulile emhlabeni wokuphatha ibhizinisi futhi sisize osomabhizinisi, abafana nawe, baphathe kangcono imisebenzi yabo yebhizinisi. Igama lami nginguMelusi Tshabalala, futhi ngizokuphatha ngezandla ezifudumele- ngamathiphu awusizo kakhulu okuhlela ibhizinisi ukukusiza wena nebhizinisi lakho ningene egiyeni.