
Ukholo ukungabaza Kuqhathaniswa nokungakholwa
Loading player...
Ukuphi umehluko phakathi ‘kongakholwa ‘ kunye nomuntu onombuzo othembekile ngoNkulunkulu ? Ngiyakholelwa eBhayibhelini ,futhi ngiye ngitshele nabahlobo nomndeni ukuthi uNkulunkulu uyazenza izimangaliso ngisho ukuvusa abafileyo .Nokho,uma sezishuba izinto ,ngikuthola kunzima ukuthemba iNkosi.nakuba ngibatshela abanye ukuthi bangethembela emseni waKhe ,nokho ngibhekana novalo nokwesaba uma kufika izimo ezingihaqayo ezinzima.Ngakube lokho kuchaza ukuthi ngishodelwa wukholo?