
Ushuni wengoma host King Afrika and Qhuzuka had an interview with Lindani Zubani
Loading player...
ULindani Zubani waseShowe, owaziwa ngelika Phupheyphethe, uqale umculo kaMaskandi ngonyaka ka-2023. Uxoxa ngokuthi yini eyamgqugquzela ukuba angene kulo mkhakha womculo. Uthi uthando lomculo kaMaskandi lwaqala esemncane esesafunda, lapho ayephupha ngokuba yigedla likaMjikijelwa ongasekho emhlabeni. Uthi manje sebeyavumelana ngokusebenzisana nomoya wakhe emculweni wakhe.