
Ukuhlakulela ubundawonye bomndeni
Loading player...
Ngakube kusemqoka ngempela ukuba imindeni ibe nesikhathi ndawonye?Njengomuntu wonke ,ngiye ngizizwe sengathi anginaso isikhathi esanele nsukuzonke.Khona manjalo sengifunde ama-articles amaningi ngokokuthi yikuphi okungcono phakathi kwe –qauility ne quantity family time.Wonke umuntu ekhaya uhlale empintshekile ngesikhathi,kwesinye isikhathi ngiye ngizithole ngimangala:ukuthi empeleni sisemqoka kangakanani isikhathi nomndeni ,lakhona usuke uxinwe ukusebenzela ukuba kuphilwe? Kukhona eningangikhanyisela ngakho kulenkinga yami?