
Ukuzilungisela umshado useskhungweni semfundo ephakeme
Loading player...
Ngakube mina osengumfundi wemfundo ephakeme ngizilungisela kanjani ukuba ngunkosikazi nomama?Ngingowesifazane osingle oko 20 nengxenye,osezophothula idegree kwi –litereture e University.Nanxa ngizithokozela izifundo zami ,futhi ngizibuka ubumqoka bazo ekungicijeleni ubuthishela ,kodwa kunomuzwa kimi othi konke lokhu kuyoba okulandela ngemumva :intshisekelo nomthandazo wenhliziyo yami ,ukuthi uNkulunkulu angiphe indoda eyoba ngumkhwenyana wami emesabayo uNkulunkulu.Kodwa njengamanje ,ngichitha isikhathi sami endaweni egcwele abanomoya wobu feminist ,okuyizihlobo ezidukelene lezi nomcabango wami wokushada ngibe nomndeni.Ngingamelana kanjani nalemyalezo yama –feminist ? Nokuthi ngingalungisela kanjani ukuba ngumama ,sikhathi sinye nalapho ngifuna ukuba nguthisha.