#1 Isiqephu 1: Hlola futhi uzilungiselele - Hlola ibhizinisi lakho futhi ulungise ngokwezimali
Loading player...
Ukulungele ukusa ibhizinisi lakho ezingeni elilandelayo? iShintsha iGiya Podcast ilapha ukuze ikuqondise kuzo zonke izigaba zenguquko. Ithulwa nguMpilo Khumalo. Lolu chungechunge lukuchazela ngeShintsha iGiya Toolkit, ewum’hlahlandlela wesinyathelo ngesinyathelo sokushintsha umzila noma ukulungisa isu lakho lebhizinisi.
Kulesisiqephu, sibhekana nezinyathelo ezimbili zokuqala ze-toolkit.
Isinyathelo 1: Hlola isimo sebhizinisi lakho.
Ngaphambi kokwenza izinguquko, kubalulekile ukuqonda ukuthi ibhizinisi lakho lime kuphi. Sizokusiza ukuthi uhlole imakethe yakho, ukuncintisana, amakhasimende wakho, kanye nokusebenza ukuze wenze izinqumo ezihlakaniphileyo, ezinolwazi.
Isinyathelo 2: Hlola isimo sezimali zebhizinisi.
Ukukhula kwebhizinisi kuza nezindleko. Lesisinyathelo siqinisekisa ukuthi ibhizinisi lakho lizinzile ngokwezimali, futhi lilungele ukuguqulwa. Funda ukuthi ungakuhlola kanjani ukuhamba kwemali yakho, izindlela zokuthola imali, kanye nezingozi zezezimali ngaphambi kokuthatha igxathu.
Thola iShintsha iGiya Toolkit bese ulandela: https://simplybiz.zendesk.com/hc/en-us/articles/360046018651-Change-Gear
Uhambo lwakho oluya empumelelweni yebhizinisi luyaqala manje. Vroom vroom