#2 Isiqephu 2: Cabanga & uphucule – Siza ibhizinisi lakho ukuthi lisebenzise izindlela ezintsha
Loading player...
Ukuqamba akukona nje okwama-artist. Kubalulekile kwimpumelelo yebhizinisi.
Kulesi siqephu, umethuli uMpilo Khumalo uzokuhambisa esinyathelweni sesithathu se-Shintsha iGiya toolkit, ekusiza ukuthi uthuthukise imicabango emisha, ehambisana namandla ebhizinisi lakho kanye nezidingo zemakethe. Zonke izinguquko ezinhle zebhizinisi ziqala ngomcabango nombono onesibindi. Kodwa uqinisekisa kanjani ukuthi imibono yakho izosebenza ngempela?
Lesisiqephu sigcwele izivivinyo zangempela kanye nemininingwane ongayisebenzisa yangempela ukukusiza ukuthi ukhiqize, ucwenge, futhi uqinisekise imibono engase inyuse ibhizinisi lakho, ilibeke ezingeni elisha.
Ozokufunda kulesisiqephu:
• Kungani ukuqamba okusha kubalulekile ukuze uhlale uphambili emakethe.
• Izindawo ezine ezibalulekile lapho ibhizinisi ngalinye kufanele ligxile ekusungulweni kwalo.
• Izindlela ezisebenzayo zokucabanga, njengeBrain Storming, Mind Mapping, kanye ne-SCAMPER ukusiza ukuvusa imibono emisha.
• Izindlela zokuguqula izinselelo kanye nobuthakathaka zibe amathuba okukhula, usebenzisa izindlela ezihlelekile zokuxazulula izinkinga.
Thola iShintsha iGiya Toolkit bese ulandela: https://simplybiz.zendesk.com/hc/en-us/articles/360046018651-Change-Gear
Umcabango ozosiza ibhizinisi lakho likhule uqala lapha. Vroom vroom.